Kubanjwe umoya ekhempini ye-Algeria | Isolezwe

Kubanjwe umoya ekhempini ye-Algeria. ... ebiyisebenzela kwesinye isikhathi kodwa kufike kubhede uhlelo kubagadli bayo uma kwenzekile bafika phambi kwamapali e-Algeria. Obekungalindelekile ukuthi i-Algeria iqale lo mdlalo ngaphandle kukaRias M’bolhi (olimele) okungunozinti wayo wokuqina futhi uyena oyilamulele kuZimbabwe emdlalweni odlule ...

Thola Intengo

Ngabe izogcinaphi|i-Algeria kulokhu? | Isolezwe

I-Algeria isimele izwekazi i-Afrika kathathu eNdebeni yoMhlaba kodwa kuyona yonke imiqhudelwano ayikaze idlule esigabeni samaqoqo. Kulokhu amathemba e-Algeria asemahlombe kaSofiane Feghouli odlalela iValencia yaseSpain. Ngo-1982 eSpain, i-Algeria yethusa abaningi inqoba ngo 2-1 kuWest Germany eyayikade iququda kwasani ngaleso sikhathi.

Thola Intengo